Share

Ugcwele amathafa umfundisi oshaye umkakhe ephuma ukuyobeletha

Johannesburg - Amaphoyisa asekhiphe incwadi egunyaza ukuboshwa kukamfundisi okumanje ugcwele izinkalo ngemuva kokuvela kwezinsolo ezithi ushaye unkosikazi wakhe.

Ngokombiko weSowetan Live, lo mfundisi kusolakala ukuthi ushaya umkakhe nje ubesanda kubuya esibhedlela ngemuva kokuyobeletha usana lwentombazane.

Umyeni kaThembi Lebese, uTimothy Phehelo Radebe, 34, ongumfundisi eWinterveldt ngasePitoli, kuthiwa umshaye wamshiya umndondo ngaphambi kokukhala amaphepha.

ULebese kuthiwa kumanje usekubhaceni.

OLUNYE UDABA: Limlahlile umfundisi elokunukubeza abazalwane

Lo mfundisi odume ngelika"Pastor Touch" bekumele avele eNkantolo yeMantshi yaseSoshanguve mayelana nencwadi yesivumbezelo ayifakelwa nguLebese.

Kuthiwa laba sebehlukene ngenxa yokuthi umfundisi umhlukumeza kakhulu unkosikazi.

“Ubelokhu engisola ngokuthi ngineshende, ekubeni kube kunguye oqonyiwe. Ubehlezi engisabisa ngokungibulala uma ngike ngabikela amaphoyisa ukuthi uyangishaya,” kusho uLebese.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What is a non-negotiable when considering the election manifestos from various parties?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
A solid plan for load shedding
15% - 442 votes
Bold climate change objectives
1% - 30 votes
Roadmap for economic recovery
51% - 1522 votes
Solutions to SA's crime crisis
33% - 975 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.2%
Rand - Euro
20.50
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.5%
Platinum
895.30
-0.2%
Palladium
991.47
-1.0%
Gold
2,194.13
-0.0%
Silver
24.44
-0.8%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
67,910
+0.3%
All Share
74,134
+0.3%
Resource 10
56,271
+1.1%
Industrial 25
103,558
+0.3%
Financial 15
16,498
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE