Share

Ugwetshiwe owabulala osomabhizinisi e-KZN

Pietermaritzburg - Umelusi wezinkomo, 19, owadubula wabulala osomabhizinisi ngesikhathi emgebenga, ugwetshwe iminyaka engu-20 ebhadla ejele yiJaji uThoba Poyo-Dlwati eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu.

UThemba Ndawonde, waseMsinga, KwaZulu-Natal, walivuma icala lokuphoqa usomabhizinisi uLindani Mvelase ukuba amise iveni yakhe emkhombe ngesibhamu ngoJulayi wonyaka odlule.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owabulala ishende likankosikazi

UNdawonde wathi yena noMvelase balwa bebanga isibhamu saze saqhuma, kwadubuleka uMvelase washona.

Lokhu kwenzeka ngesikhathi uNdawonde nezinye izigelekeqe ezimbili begebenga uMvelase nomama wakhe u-R4 800.

Umshushisi uCandy Kander utshele inkantolo ukuthi uMvelase, 31, wasePomeroy nguye owayebeka isinkwa etafuleni kubo, ondla abazali bakhe nezingane zakhe ezintathu.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 445 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 457 votes
Vote
Rand - Dollar
19.12
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
922.90
-0.9%
Palladium
1,031.00
+1.5%
Gold
2,325.49
-0.1%
Silver
27.25
+0.3%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE