Share

Ugwetshwe engu-18 owadlwengula indodakazi

Johannesburg - Ubaba ujwetshwe iminyaka engu-18 ebhadla ejele ngokudlwengula indodakazi yakhe eneminyaka eyisikhombisa ubudala, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoLwesihlanu.

Lo baba oneminyaka engu-28 ubudala utholwe enecala wabe esegwetshwa yiNkantolo yesiFunda ePinetown ngoLwesibili, kusho uMajor Thulani Zwane.

"Kusolakala ukuthi phakathi kuka-2013 no-2014 umsolwa wayedlwengula indodakazi yakhe emzini wabo eNew Germany bese eyisabisa ngokuthi uzoyibulala uma ingabikela umuntu ngalolu daba,” kusho uZwane.

"Ngomhlaka 8 Agasti 2014, isiulu sabikela umama waso lolu daba. Kwabe sekuvulwa icala lokudlwengula esiteshini samaphoyisa ePinetown."

Funda nalolu daba: Bazole udilikajele ababulala umlimi waseXobho.

Icala ladluliselwa ngaphansi kophiko lwePinetown family violence, child protection, and sexual offences, ngemuva kwalokho waboshwa ubaba.

Ukhomishana wamaphoyisa esifundazweni uLt-Gen Mmamonnye Ngobeni ulushayele ihlombe uphiko lwasePinetown lwe-family violence, child protection, and sexual offences ngomsebenzi abawenziwe.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 510 votes
No! It's time to move on ...
35% - 271 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.1%
Rand - Pound
23.80
-0.0%
Rand - Euro
20.42
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.42
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
930.00
+0.5%
Palladium
993.00
+0.3%
Gold
2,334.45
+0.1%
Silver
27.49
+0.2%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.4%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE