Share

Ugwetshwe iminyaka engu-25 ngokudlwengula

Mpumalanga - INkantolo yamajaji eTonga  isigwebe indoda yaseMpumalanga iminyaka engu-25 ngelokudlwengula intombazane, 16, kanye nowesifazane, 26, ngoLwesine.

U-Isaac Lucky Ndlovu, oneminyaka engu 27 ubudala ohlala endaweni yaseBhodlindlala esigodini saseMangweni eduzane nomngcele waseSwazi nowaseMozambique

Owesilisa uluvumile icala lokudlwengula abantu ababili besimame kuleli sonto ngemuva kwemphumela yolibofuzo ebibekwe njengobufakazi phambi kwenkantolo.

"Omalugaju bayingozi emphakathini kufanele bagudluzwe ,’’ kusho iMantshi u-Edgar Moletsane.

UMoletsane uqhube wathi izisulu zilahlekelwa ukuzithemba kanti ezinye zazo ziyazibulala futhi ezinye zizithola sezinezifo ezifana nezocansi kanye neHIV/Aids.

UNdlovu  waboshwa  ngomhlaka 15 Januwari ngo-2011 ngemuva kokudlwengula owesifazane oneminyaka abesifazane emzini eyehlukene ngobusuku obubodwa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 481 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1058 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE