Share

Ugxobe 5 wezimoto ugandaganda eGoli

Johannesburg - Kube yisibhicongo ngesikhathi ugandaganda ushayisa izimtoto ezingu-5 ebezipake emgwaqeni wase-Alexandra ngoMgqibelo.

Abantu bezwa ukuzamazam ngesikhathi kwenzeka lesi sigameko.

Bathi uma beqalaza emgwaqeni babona isimanga ugandaganda wehla ugijima ugxoba izimoto ezazipake emgwaqeni uRoosevelt eGoli

Omunye wabazibonele, uNonhlanhla Mchunu, 16, uthe kube yinhlanhla ngoba akekho othole ukulimala ngaphandle komshayeli wawo lo gandaganda.

Olimalelwe yimto yakhe, uLucky Mokgosi, 40, uthe usinde ngokulambisa.

"Ngiphume ngabaleka emotweni ngaphambi kokuba ugandaganda ugxobe imoto yami," kusho uLucky.

Omunye olimalelwe yimoto uPatrick Ndlovu, 40, obepake emgwaqeni uthe ubeselungele ukuhamba ngesikahthi ezwa umsindo ngaphandle emgwaqeni."

OLUNYE UDABA: Owesilisa ubulawe ngugandaganda

Kusolwa ukuthi umshayeli ubonile ukuthi amabhuleki awasebenzi waphuma uganganda uhamba, walimaza izimoto eziyisihlanu.

Umshayeli wogandaganda usesimeni esibucayi esibedlela.

Amaphoyisa aphenya imbangela yesigameko, kubika abeDaily Sun.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                                      

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 449 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 859 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
-0.3%
Rand - Pound
23.65
-0.1%
Rand - Euro
20.21
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.19
+0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
974.40
-0.2%
Palladium
1,019.50
-0.3%
Gold
2,393.92
+0.4%
Silver
28.32
-1.9%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.1%
All Share
73,000
-2.0%
Resource 10
61,638
-3.5%
Industrial 25
98,321
-1.8%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE