Share

Ukushayisan kwemibono ngokufihlwa kwezingane ezishone e-KZN

Pietermaritzburg – Izingxoxo phakathi kwemindeni yezingane eziyisikhombisa ezashona engozini nezikhulu zikahulumeni, zifinyelele kwangqingetshe.

Imindeni ikhala ngohulumeni, abathi uhudula izinyawo njengoba ungafuni umngcwabo walezi zingane ube ngeSonto.

Imindeni yakwaChonco, Chamu, Shezi, Vilakazi, Mchunu, Dlamini noNkomo bahlangane nezikhulu zoMnyango wezokuThutha, iRoad Accident Fund, uMnyango wezeMfundo noMasipala uMsunduzi ukuze kudingidwe ngamalungiselelo omngcwabo.

OLUNYE UDABA: UNgqongqoshe ukhala ngamaveni aqeda izingane

Imindeni ebifuna ukungcwaba kule mpelasonto itshelwe ukuthi lokhu ngeke kwenzeke.

UThandiwe Chamu, ongumama kaBandile, 10, owashona kule ngozi, uchaze lo mhlangano njengokuchitha isikhathi.

“Yize sizitshelile izikhulu ukuthi sifuna ukungcwaba kule mpelasonto ukuze izidumbu zingaze zibole, azizange zivumelane nathi,” esho.

Lezi zingane zashona ngesikhathi iveni ezazihamba ngayo ishayisa isango yase ingena emzini womuntu eMbali, eMgungundlovu.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 406 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 853 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
+0.4%
Rand - Pound
23.62
+0.9%
Rand - Euro
20.33
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
942.40
-0.8%
Palladium
1,023.50
-0.6%
Gold
2,395.37
+0.7%
Silver
28.74
+1.8%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE