Share

Ulinde isinqumo owanklinya usana lwakhe

Johannesburg - Ulindele isinqumo sokuthi lizothethelwa kweyiphi inkantolo icala lakhe owesifazane waseMpumalanga osolwa ngokunklinya usana lwakhe lwentombazane olwalunezinyanga ezingu-18 ubudala.

UNomcebo Mahlalela, 18, waseTsambokhulu Trust ngaseKomatipoort, akabuzwanga ukuthi uyalivuma noma uyaliphika icala lokubulala ngesikhathi evele eNkantolo yeMantshi yaseTonga ngoMsombuluko.

Umshushisi uFrederick Mhelembe ucele inkantolo ukuba ilihlehlisele u-Okthoba leli cala.

IMantshi uHazel Khoza ube eselulela uMahlalela ibheyili wathi icala lihlehliselwa u-Okthoba 1.

UMahlalela, ofunda uGrade 11 eLebombo High School, waboshwa ngoMeyi 16 ngemuva kokuthi izakhamuzi zisole ukuthi kukhona okushaya amanzi kulandela ukunyamalala kosana lwakhe.

Kwathi ngokuhamba kwesikhathi kwatholakala ukuthi le ngane yanklinywa yase ilahlwa emngceleni wezwe neSwazini.

Imbangela yalokhu ayaziwa.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 558 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 801 votes
Vote
Rand - Dollar
18.87
+0.3%
Rand - Pound
23.85
+0.2%
Rand - Euro
20.38
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE