Pietermaritzburg – Abantu bashaye ujenga ngaphandle kwamagceke eDurban University of Technology, ophikweni oluseMgungundlovu, eNdumiso, ngethemba lokubona uMengameli Jacob Zuma.
UZuma kulindeleke ukuba ahlangane nezakhamuzi zaseMbali njengengxenye yembizo kamengameli.
OLUNYE UDABA:
Sobadudula ngezinqa sivikela uZuma- MokonyaneKubonakale abadayisi begxumeka amatende namatafula adayisa amakepisi nezikibha ze-African National Congress ngaphandle kwale nyuvesi.
Kulindeleke ukuba kutheleke ongqongqoshe beKhabhinethi likaZuma, ongqongqoshe besifundazwe nabaholi bendawo kule mbizo bephelezela ubaba wesizwe.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.