Share

' Uma ufuna ukuhlonishwa kumele ukwazi ukulalela'

Durban – ISilo samaBandla uGoodwill Zwelithini ngoMsombuluko uthe bekubalulekile ukuba abambe imbizo ephuthumayo kulandela ukuhlaselwa kwabokufika okwenzeke KwaZulu-Natal ngeledlule.

Uthathe isinqumo sokubiza imbizo ngemuva komhlangano abenawo noNgqongqoshe wezaseKhaya uMalusi Gigaba kanye nowezobuNhloli uDavid Mahlobo.

Funda nalolu daba:  'Abantu bazovikela iSilo'

"Bekubalulekile ukuba ngingenelele ngoba lento iyinkinga enkulu,” usho kanje etshela izinkulungwane zabantu abebehambele imbizo eMoses Mabhida Stadium eThekwini.

UZwelithini uthe eminyakeni engu-44 selokhu abayinkosi ufunde lukhulu ngokuhlonipha abantu abadala.

“Uma ufuna ukuhlonishwa njengomholi, kumele ubengumuntu okwaziyo ukulalela kakhe.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 298 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 628 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.3%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
941.20
-1.0%
Palladium
1,004.00
-2.5%
Gold
2,377.68
-0.1%
Silver
28.19
-0.1%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
66,708
-0.7%
All Share
72,758
-0.7%
Resource 10
62,826
-0.7%
Industrial 25
97,802
-0.6%
Financial 15
15,379
-0.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE