Share

Umama ulandisa ngobusuku okwabulawa ngabo indodakazi

Tongaat – UMbali Zungu, 25, uthi awuzange umfikele umcabango wokuthi amadoda angena egumbini lakhe ephethe imimese emide ayezobulala indodakazi yakhe, 7.

UZungu, ukholelwa ekutheni ubaba wengane yakhe, uThokozani Ngidi, nguye owathumela la madoda kubo eNsuze, ngaphandle kwasoThongathi, ukuba azosoconga indodakazi yabo uPhiliswa.

Ngemuva kwemizuzu emihlanu, umakhelwane wabe esethola isidumbu sikaPhiliswa, sinamanxeba angu-40 okugwazwa, edatshulwe isisu wakhishwa amathumbu noqhoqhoqho unqunyiwe.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owabulala ingane ‘ethengwe yiphoyisa’

“Ngathi uma ngisondela esidunjini ngawabona amathumbu ehlezi ngaphandle ngenxa yokugwazwa esiswini. Intamo yakhe yayigcwele igazi inenxeba elikhulu.”

Kuthiwa ababulali bafika okokuqala babuza ukuthi ngubani oneloli ethutha isihlabathi.

Babe sebebuya okwesibili babuza ukuthi ngubani indodakazi kaNgidi.

“UPhilisiwe wabe esethi nguye ingane kaNgidi, bamyabula bahamba naye bathi ngeke bamlimaze. Sashaqeka sesimthola eshonile.”

UZungu uthi akakungabazi ukuthi uNgidi, oyiphoyisa, nguye owabulala indodakazi yabo ngoba wayefuna ukumphuca yona.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should Siya Kolisi keep the captaincy as the Springboks build towards their World Cup title defence in 2027?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Siya will only be 36 at the next World Cup. He can make it!
25% - 1140 votes
No! I think the smart thing to do is start again with a younger skipper ...
29% - 1318 votes
I'd keep Siya captain for now, but look to have someone else for 2027.
45% - 2018 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.4%
Rand - Pound
24.17
-0.3%
Rand - Euro
20.66
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.2%
Rand - Yen
0.13
+0.4%
Platinum
910.20
-1.4%
Palladium
1,008.00
-5.4%
Gold
2,155.32
-0.2%
Silver
24.90
-0.6%
Brent Crude
86.89
+1.8%
Top 40
66,252
0.0%
All Share
72,431
0.0%
Resource 10
53,317
0.0%
Industrial 25
100,473
0.0%
Financial 15
16,622
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE