Share

Umama uyishiye nedamu ingane ngesikhathi ‘enikela’ ngayo

Cape Town – Kunokuthi ayilaxaze esigangeni, umama wengane yomfana enenyanga eyodwa izelwe, unqume ukuyishiya ebhokisini elakhelwe ukushiya izingane eHeldberg Clinic, eKapa.

Lolu sana kuthiwa lubekwe kahle kuleli bhokisi eliseHelderberg Baby Saver' at Choices Crisis Pregnancy Counselling Centre ngoMsombuluko ntambama, kanti lungolokuqala ukufika kusukela lolu hlelo lwasungulwa ngonyaka odlule.

OLUNYE UDABA: Lihlehlisiwe elowesifazane owalaxaza usana ePMB

Ingane ishiywe igqoke i-rompa, isongwe kahle ngengubo yase ifakwa idamu emlonyeni, kusho umsunguli walesi sikhungo uSandy Immelman etshela iNews24 ngoLwesibili.

"Kusobala ukuthi umama wale ngane ubeyithanda futhi eyinakekela. Akazange anqume ukuyilahla kepha uyifake kuleli bhokisi ukuze ithole usizo.”

Uthe le ngane ibingakaqanjwa igama.

“Uma umama wayo engaveli sizobe sesiyifunela umndeni ozoyikhulisa.”

Okwamanje uthi igcinwe esibhedlela.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 876 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 921 votes
Vote
Rand - Dollar
19.16
-0.3%
Rand - Pound
23.83
-0.2%
Rand - Euro
20.48
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.46
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
921.40
+0.1%
Palladium
1,026.50
+0.1%
Gold
2,314.47
-0.3%
Silver
27.10
-0.8%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,521
+0.7%
All Share
74,488
+0.7%
Resource 10
59,636
+0.0%
Industrial 25
104,286
+1.4%
Financial 15
15,911
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE