Share

Umfana utakule umndeni obuminza

Johannesburg – Umfana wase-Eastern Cape, oneminyaka engu-17 ubudala, uhlenge umndeni odabuka eJalimane ngesikhathi ucishe umuka namanzi olwandle e-Port Alfred, kusho abakwaNational Sea Rescue Institute (NSRI), ngoLwesine.

"Kukholakala ukuthi ubaba ukhukhulwe ngamanzi, kwathi indodana nendodakazi yakhe bazama ukumhlenga, nabo bakhukhuleka,” kusho okhulumela abakwa-NSRI, uCraig Lambinon.

Umndeni uzame ukubhukuda ngenhloso yokuphumela ngaphandle.

UJaco Roussouw, obone kwenzeka isehlakalo, uqale wahlaba umkhosi ngesehlakalo wase ephuthuma eyozama ukubatakula, kusho uLambinon.

"Intombazane ekade isikwazile ukutakula uyise, ilandele imiyalelo kaJaco bagcina bekwazile ukuphumela ngaphandle.”

Ubaba uLudder Grosse-Heidermann, ubegcwele ukwethuka, ungeniswe esibhedlela wathola ukuhlolwa ngodokotela.

"UGrosse-Heidermann uyelulama, uthanda ukubonga kakhulu kuJaco ngokubasiza kwakhe,” kusho uLambinon.

Okwamanje akukacaci noma umndeni usuhlala kuleli noma uvakashile.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

  – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1105 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1184 votes
Vote
Rand - Dollar
19.19
+0.1%
Rand - Pound
23.97
-0.1%
Rand - Euro
20.57
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
912.90
+0.1%
Palladium
1,004.00
-0.1%
Gold
2,318.11
+0.1%
Silver
27.17
+0.0%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE