Share

Umfundi uvume elokubulala

Johannesburg -  Umfundi waseMpumalanga obenza unyaka wokuqala ezifundweni zobunjiniyela, usevume icala lokubulala umngani.

Ummangalelwa uCollen Sabelo Shongwe, 25, ubekwe icala lokubulala ngokungenhloso.

Uvele ngaphambi kweNKantolo yesiFunda eTonga, kusho intatheli yeSapa.

"Ummangalelwa uvume ukuthi wagwaza wabulala uThami Khoza ngesikhathi bexabana endaweni yokucima ukoma. Uthe wamgwaza ngebhodlela elifile," kusho ummeli wakhe uXolani Mahlalela.

Etshela ummeli wakhe, uthi uKhoza wamsola ngokumebela imali.

"Ungitshele ukuthi uKhoza wayemlandela noma esephumele ngaphandle, wabe esedonsa ibhodlela elifile wamgwaza ngalo washona ngaso leso sikhathi," kuchaza ummeli.

Ngemuva kwesehlakalo, uShongwe waphuthuma ekhaya watshela u-anti wakhe, owabe esebiza amaphoyisa.

Icala lizobuyela enkantolo mhlaka-18 Septhemba.






 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 176 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 254 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
-0.7%
Rand - Pound
24.01
-0.5%
Rand - Euro
20.54
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.36
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.6%
Platinum
900.50
+0.4%
Palladium
1,002.25
+0.1%
Gold
2,209.77
+0.7%
Silver
24.53
-0.5%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,080
+0.6%
All Share
74,278
+0.5%
Resource 10
56,967
+2.4%
Industrial 25
103,572
+0.3%
Financial 15
16,456
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE