Share

Umlilo ubulale ugogo eGoli

Johannesburg - Sekuvulwe idokodo ngemuva kokuba kushone isaguga esineminyaka engu-73 ubudala kulandela ukuqubuka komlilo eMindalore, eKrugersdorp, eGauteng.

Okhulumela amaphoyisa aseKrugersdorp uSergeant Tshepiso Mashale uthe amaphoyisa abesebenza endaweni ngesikhathi ebona okusantuthu lwelinye lamafulethi ngoMsombuluko, kubika iKrugersdorp News .

Funda nalolu daba:  Amaphoyisa athungatha owesilisa odlwengule umfana

“Amaphoyisa aphuthume khona, athola ukuthi nebala kuyasha. Kudingeke ukuba amaphoyisa agqekeze angene ngaphakathi, Kuthe esengaphakathi akwazi ukuhlenga impilo yowesilisa okuyindodana yesaguga esishonile,” usho kanje.

UMashale uthe abosizo lokuqala bafike umlilo usucishiwe kanti owesifazane ubeseshonile.

Imbangela yomlilo ibingakaziwa kodwa uphenyo luyaqhubeka.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 529 votes
No! It's time to move on ...
34% - 276 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.1%
Rand - Pound
23.80
-0.0%
Rand - Euro
20.41
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.42
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
931.00
+0.6%
Palladium
995.00
+0.5%
Gold
2,335.03
+0.1%
Silver
27.52
+0.3%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE