Share

Umlisa osezinsolweni zokudlwengula inja yakhe

Pretoria- Inja ihanjiswe eSPCA ngoMsombuluko odlule ngemuva kwenzisolo ezithi idlwenguliwe, kubike iDaily Sun ngoLwesibili.

Inja ingeyomlisa ongaphilile kahle ekhanda, ohlala eSuurman eHammanskraal, enyakatho yeTshwane.

Umalume womlisa, uPhillip Sadick , 63, nonkosikazi wakhe uThembi , 53, bathathe isinqumo sokuba babize abeSociety for the Prevention of Cruelty to Animals (SPCA) ngemuva kokubona izimpawu ezisolisayo ekamelweni lo mlisa.

Kuthiwa kubonakale igazi neziboya zenja emashidini akhe.

Lokhu kuqubule izinsolo zokuthi kungenzeka ukuba umshana wabo ulala nenja.

Umsolwa, 35, waqala ukugula ngekhada eneminyaka engu-8 ubudala.

UThembi uthe:  “Siyazi ukuthi unenja kodwa kungithusile ukubona igazi neziboya zenja ezingubeni zakhe zokulala.

U-Inspector Meschack Matlou we-SPCA utshele iDaily Sun ukuthi: “Asikwazanga ukuvula icala ngoba umsolwa akaphilile kahle ekhanda. Inja izogcinwa lapha. Okwamanje asikaboni lutho olukhomba ukuthi inja yadlwengulwa.”



 -“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho   

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 

Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 54 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 111 votes
Vote
Rand - Dollar
19.25
-0.5%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
947.90
-0.3%
Palladium
1,023.00
-0.6%
Gold
2,383.76
+0.2%
Silver
28.26
+0.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
0.0%
All Share
73,271
0.0%
Resource 10
63,297
0.0%
Industrial 25
98,419
0.0%
Financial 15
15,480
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE