Share

Umndeni uyamazi osolwa kwesokuduna - Umbiko

Johannesburg – Umndeni womfana oneminyaka emine ubudala uTeagrin Morris owahudulwa ngemoto wagcina ngokushona, usuhlonze indoda ethile yathi yiyo eyisola ngokudunwa kwawo, kusho abezindaba zeBeeld, ngoLwesibili.

Umndeni uthi indoda oyisolayo ibinokufika emzini wabo bayiphe izimpahla zokugqoka nokudla.

Umama wengane uChantel udunwe imoto ehamba nomndeni wakhe, ngoMgqibelo ebusuku.

UTaegrin Morris, ubehamba nomndeni wakhe ngemoto eyi-VW, ngesikhathi behlaselwa amadoda amathathu abadune imoto abatshela ukuthi abaphumele ngaphandle.

Amanye amalungu omndeni akwazile ukuphuma nokho uTaegrin wabambeka njengoba ebefaselwe esihlalweni.

"Umama uzame ukudonsa indodana yakhe nokho wahluleka, yahuduleka, abaduni behamba nayo ngenkani beyizwa ikhala," kusho okhulumela amaphoyisa uKhensane Magoai.

Amalungu omphakathi waseReiger Park asefunge agomela ukuthi azobazozi bambela mathuba uma amaphoyisa ehluleka ukulungisa ubugebengu kulendawo.

Uquqaba oluthukuthela ngalesi sigameko, lubhikishe ngaphandle kwesiteshini samaphoyisa endawo, lwathi uma umsolwa ededelwa, azozithathela umthetho ngezandla, kusho abezindaba zeThe Star.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 429 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 833 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.2%
Rand - Pound
23.65
-0.2%
Rand - Euro
20.22
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.19
+0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
979.10
+0.3%
Palladium
1,032.50
+0.9%
Gold
2,384.27
+0.0%
Silver
28.21
-2.3%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.1%
All Share
73,000
-2.0%
Resource 10
61,638
-3.5%
Industrial 25
98,321
-1.8%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE