Share

Umndeni wethu uqalekisiwe, kusho ugogo kaTrevor Noah

Johannesburg - Umndeni kasomahlaya uTrevor Noah, ubungcwaba umzala wakhe, 24, owabulawa, kusho umbiko wabezindaba wakamuva.

Lesi yisigameko sesine sokuhlaselwa kwabantu besifazane emndenini wakwaNoah, kubika iSunday Times.

NgoMgqibelo, izihlobo zihambele umngcwabo kalowo obenguthisha uCebisile Happiness Khoza, owabulawa, ngaseWasbank, KwaZulu-Natal.

OLUNYE UDABA: Uhambe kahle umcimbi wosomahlaya

Lesi sigameko sakamuva sichaza ukuthi sezintathu izihlobo zikaNoah esezibulewe.

Umama kaTrevor, uPatricia, wasinda ngokulambisa eminyakeni eyisithupha eyedlule ngesikhathi owayengumyeni wakhe emdubula emshiya ethi uqedile ngaye.

Ugogo kaTrevor, uNomalizo ukhulume emngcwabeni usizi lubhalwe emehlweni wathi: “Ungayichaza kanjani into enje? Yisiqalekiso lesi, umndeni wami uqalekisiwe.”

UKhoza wabulawa isidumbu sakhe sashiswa, satholakala esimobeni eGreytown.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 420 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 892 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE