Share

Kuphuma amaqiniso ngosikwe isitho sangasese

Johannesburg - Owesifazane oneminyaka engu-29 ubudala, osikwe wakhishwa isitho sakhe sangasese ngumyeni wakhe, ubephila impilo yokuhlukunyezwa, kusho umngani wakhe etshela abephephandaba iDaily Sun.

Owesifazane usesimeni esibucayi esibhedlela.

Umyeni wakhe wamsolwa wathi uqomile, wamsika isitho sakhe sangasese, wazama nokumnquma uqhoqhoqho.

Umngani walona wesifazane, uMmaphefo Sebidi, 35, uthi ngenyanga kaFebhuwari, umsolwa wakhahlela umkakhe, wagcina ebeletha ingane singakafiki isikhathi.

Ingane yashona.

USebidi uthi babemncenga umngani ukuthi ashiye umyeni wakhe, adaze inkani athi bayohlukaniswa wukufa.

URosemary Maboke, wesikhungo iWomen against Women and Children Abuse, ukhulume nephephandaba wathi: “Sikhathele amadoda ahlukumeza abantu besifazane nezingane. Ukube kuya ngami ngabe kubuya isigwebo sentambo.”

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa uConstable Mmakgatso Mphenyeke uthi imvamisa abantu besifazane abangasebenzi bayasaba ukubophisa izithandwa zabo ngoba bebheke ukondliwa.




  -
Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

  - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 399 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 826 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
+0.1%
Rand - Pound
23.71
+0.5%
Rand - Euro
20.37
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.27
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.0%
Platinum
940.50
-1.0%
Palladium
1,026.50
-0.3%
Gold
2,390.34
+0.5%
Silver
28.54
+1.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE