Share

'Umphrofethi wathi uzongiqashele 'inkabi' ezongibulala'

Johannesburg - Umnikazi wenkampani yonogada eqapha ibandla lomfphrofethi uMboro usola lo mphrofethi ngokumqashela inkabi ezombulala ngo-R10 000, ngokwemibiko yangoLwesibili.

Umnikazi wenkampani yonogada iFBi Security uThabo Hlongwane utshele abeDaily Sun ukuthi izinkinga zaqala ekupheleni kuka-Ephreli ngesikhathi lomphrofethi enqaba ukukhokhela onogada, ebasola ngokumebela.

UHlongwane waya emzini kaMboro wathatha imoto yakhe yohlobo lweHonda Civic, kusho umbiko.

OLUNYE UDABA: Ivideo-Indoda ithi ishaywe ngumprofethi uMboro

Wafike watshela uMboro ukuthi uyoyithola mhlazane wamkhokhela imali yakhe engu-R100 500 awukweleta inkampani.

“Kunokuthi axolise enze ubuntu ngokungangikhokheli ungithumelela imiqhafazo engisongelayo. Uthe uzokhipha imali engu-R10 000 wenkabi ezongibulala ezothola imoto yakhe,” kusho uHlongwane.

UMboro ukuvumile kwabephephandaba ukuthi wayithumela imiqhafazo esongela uHlongwane.

“Ngayinqamula kudala inkontileka nale nkampani ngoba yayingawenzi umsebenzi.”

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Are you among the many South Africans who've added more tinned fish to their grocery baskets?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, pilchards is the new chicken
41% - 480 votes
No, I can't stand canned foods
59% - 698 votes
Vote
Rand - Dollar
18.58
-0.4%
Rand - Pound
23.21
-0.2%
Rand - Euro
19.97
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.22
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
976.65
-0.3%
Palladium
959.75
-1.5%
Gold
2,318.42
+0.2%
Silver
27.43
+0.7%
Brent Crude
83.16
-0.2%
Top 40
70,939
+0.2%
All Share
77,177
+0.3%
Resource 10
60,903
-0.2%
Industrial 25
107,610
+0.4%
Financial 15
16,775
+0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE