Share

Umunyu kuvaleliswa iqhawe lebhola lezinyawo

Johannesburg - Lowo owayengumdlali weBafana Bafana uNeil Tovey usenxuse izikhulu ezengamele ibhola ukuba ziqinisekise ukuthi amaqhawe ebhola lezinyawo awatuswa kuphela uma engasekho emhlabeni.

UTovey obegcwele umunyu uhloniphe okokugcina uzwakabo uJohn ‘Shoes’ Moshoeu eGrace Bible Church eSoweto, lapho bekubanjelwe khona inkonzo yomngcwabo.

UMoshoeu ushone ngeledlule eneminyaka engu-49 ubudala ngemuva kokuxinwa yisifo somdlavuza isikhathi eside.

Funda nalolu daba: Thola ukuthi usekhala ngani manje uPitso

UNeil Tovey ukhale izinyembezi ekhumbula lo mdlali amchaze njengobefundile.

Uthe uma uShoes engekho ebholeni, wayefunda incwadi.

Umengameli weFIFA uSepp Blatter ungomunye wabadlulise amazwi enduduzo emndenini kaMoshoeu.

Lowo owayengumdlali weNigeria u-J.J. Okocha owayedlala noMoshoeu kwiFenerbahçe eTurkey, naye udlulise awenduduzo emndenini, kubika iSABC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 433 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 928 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE