Share

Ungqongqoshe ukhathazekile ngomlilo wequbulo

Qwaqwa – UNgqongqoshe wezoLimo eFree State uMamiki Qabathe uthe basebenzisana ngokubambisana noMasipala waseMaluti-a-Phofung ukuhlola umonakalo  odalwe wumlilo wequbulo.

Ngokubika kwezindaba ze-SABC lo mlilo ushise indawo enkulu eyibanga elisuka empumalanga yeFree State kuze kufinyelele eHarrismith.

Kubikwa ukuthi ubulale abahlanu okuhlangani nosana olunenyanga luzelwe. Kanti kubikwa ukuthi abanye abane bathole ukulimala ngenxa yokubhebhetheka kwalo mlilo.

OLUNY UDABA: Kulimale ababili kuqubuka umlilo eGoli

Ngokombiko kuthiwa lo mlilo uphinde wadala ukuthi kuduke nemfuyo okubalwa kuyo izinkomo ezingu-350 neziklabhu ezingu-1 000.

Ungqongqoshe uQabathe uthe lesi simo siyabakhathaza kakhulu bewuhulumeni.

Uthe kuzome umkhandlu uhlangane kudingidwe lolu daba ukuze lubalwe njengenhlekelele bese belidlulisela kuhulumeni kazwelonke.  

 

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 468 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 893 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.3%
Rand - Pound
23.66
-0.2%
Rand - Euro
20.21
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.19
+0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
970.80
-0.5%
Palladium
1,021.50
-0.2%
Gold
2,385.62
+0.1%
Silver
28.16
-2.5%
Brent-ruolie
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.2%
All Share
73,000
-2.1%
Resource 10
61,638
-3.6%
Industrial 25
98,321
-1.9%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE