Share

Uphephile u-Oscar ejele - umholi weqembu lasejele

Pretoria –Umsubathi wakuleli ogijima ngamaxhumela u- Oscar Pistorius uphephile ejele lokhu okushiwo umholi weqemmbu iganga 26 uShalil Subjee.

Empeleni uSubjee uthi akanendaba no-Oscar ngoba akabulalanga umuntu wohlanga lwabamnyama.

UPistorius wagwetshwa iminyaka emhlanu ejele ngesonto eledlule ngelokubulala unobuhle nentombi yakhe uReeva Steenkamp.

OLUNYE UDABA: Uchiphize waze walala u-Oscar - Umbiko

Ngesikhathi kuqhubeka icala umshushisi kaPistorius walwela ikhasimende lakhe uPistorius ukuthi anganikwa isigwebo sokuvalelwa ngaphakathi ngoba uSubjee wathi uzomgwaza.

Lokho kwamucasula uSubjee, kubika iPretoria News.

"Kodwa uBarry Roux engasisho kanjani isitatimende esinjalo ngaphandle kokuxoxisana nami? Ukube ngangifuna ukumlimza u-Oscar ngangizothumela amasosha ami angaphandle akwenze lokho," kusho uSubjee.

USubjee ungowasendaweni yaseLenasia kanti ulokhe ephuma engena ejele eminyakeni engu-33 edlule.

Leli qembu i-26 ligxile ezimalini ngaphakathi ejele.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                           

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

                                        

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 526 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 741 votes
Vote
Rand - Dollar
18.89
+0.2%
Rand - Pound
23.83
+0.3%
Rand - Euro
20.36
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE