Share

Uphika eyokushadelwa okwesithathu ocula owokholo

Johannesburg - Isihlabani somculi wokholo uKeke Phoofolo uyakuphika ukuthi ushadelwe ngasese okwesithathu ngenyanga edlule, nakuba abantu abasondelene naye bethi uphinde washadelwa.

Kodwa imithombo imile kwelokuthi ushadelwe esithe emcimbini owawuseMpumalanga futhi akathathanda intokazi ayeyithembise umshado.

Lo mculi oneminyaka engu-36 ubudala futhi ongumfundisi kuthiwa wayethembise intokazi ecula naye umshado, uMaria Malunga waseSoweto, kodwa wagcina ethathe usomabhizinisi uGrace Radebe.

Funda nalolu daba: UKelly Khumalo uyindlovukazi - Bhaka.

Abazi kahle bathi uMalunga wabanesandla ekutheni lo mculi ehlukanise nonkosikazi wakhe wesibili uMpho.

Kodwa uPhoofolo nemenenja yakhe uPeter Mbuli bathi umcimbi owawungoDisemba kwakungowokwethembisa hhayi umshado, kubika iSowetanlive.

UPhoofolo uthi uzoshada maduzane futhi ujabule kakhulu ngalokho.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 944 votes
No! It's time to move on ...
33% - 463 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE