Share

'Uphila kahle uma une-airtime ejele'

Johanesburg - UMnyango wezobulungiswa uthwele kanzima njengoba izinga lokusetshenziswa kwamaselula emajele linyuka ezweni lonke.

I-Airtime emajele sekuyinto okuphilwa ngayo.

Iningi leziboshwa elikhulume nabeTimesLive ngoLwesibili lithe lisebenzisa i-airtime ukuthola izinto njengoba kuqala bekusetshenziswa ugwayi.

"Kuya ngokuthi udingani kanti futhi yini ozimisele ukuhlukana nayo ngaphakathi ejele," kusho esinye seziboshwa.

OLUNYE UDABA: 'Inkabi' ingene enkundleni yezokuxhumana isejele

Ngokusho kweziboshwa, i-airtime ingasetshenziselwa nokuthenga ukudla noma izidakamizwa.

"Uma une-airtime ka-R29 ungakwazi ukuzithengela iphakethe likagwayi," kusho esinye isiboshwa.

Kulula ukushushumbisa i-airtime kunogwayi ngoba nge-airtime uyakwazi ukucela ilungu lomndeni wakho ukuba lithumele umqafazo wezinombolo zayo. Uma unayo ungakwazi ukuthola noma yini oyidingayo.

"Ijele indawo lapho esinesikhathi esiningi khona singenzi lutho, isikhathi esiningi sisischitha kwi-internet. Mina selokhu ngaboshwa senginoTwitter, uFacebook, u-Instagram noWhatsapp."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What are your thoughts after President Cyril Ramaphosa signed the party funding bill into law?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Let the opposition parties take it to court
31% - 438 votes
Of course CR wants party funding under wraps
46% - 646 votes
Parly needs to vote on donation thresholds ASAP
5% - 65 votes
What about the other unsigned bills on his desk?
19% - 261 votes
Vote
Rand - Dollar
18.47
+0.6%
Rand - Pound
23.13
+0.4%
Rand - Euro
19.91
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.22
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.5%
Platinum
984.14
+0.7%
Palladium
971.05
+1.5%
Gold
2,344.84
+1.6%
Silver
28.32
+3.6%
Brent Crude
83.58
+0.5%
Top 40
71,340
+0.6%
All Share
77,539
+0.5%
Resource 10
61,846
+1.5%
Industrial 25
108,187
+0.5%
Financial 15
16,744
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE