Share

Uphinde wangena ebhandeni uZondo - Umbiko

Cape Town - Umfundisi obedume ngezinkulumo ezakhayo azethula oKhozini, uSithembiso Zondo, okusanda kusabalala i-video emkhombisa enqunu, usengene ebhandeni lezinsuku ezingu-21.

Ngokusho kukamsizi kaZondo, elingakhishwanga igama lakhe embikweni wephephabhuku iMove, lo mfundisi ungene ebhandeni kulandela ukuputshuka kwale video.

Kule video, uZondo ushaya ngesudi yesele emzini wakhe kuthi owesifazane ohlezi kusofa ubanokale aqopha le video.

UZondo uphinde abe ngumfundisi webandla iSoul Renaissance Ministries.

OLUNYE UDABA: Iculo likaZondo ngemuva kokusabalala kwe-video

Kuthiwa ukungena kukaZondo ebhandeni yingoba ufuna ukuxolelwa izono zakhe bese eqina kwezikaMoya.

Imithombo ekhulume naleli phephabhuku iphinde yaveza nokuthi lo mfundisi ubuthaka ngasezinkambeni zikaFaro kanti futhi uyazifela ngobumnandi.

UZondo waxolisa ngokuphuma kwale video, wathi ayibe yisifundo kubantu ukuthi umuntu akumele aphonde ithawula uma zimnetha.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 375 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 515 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.90
-0.0%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
908.50
+1.3%
Palladium
1,017.25
+1.5%
Gold
2,221.02
+1.2%
Silver
24.85
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE