Share

Usale ebalisa obekhulelwe ingane yabanye abazali

Johannesburg - UNthabiseng Motaung wayexakekile ngezimali.Wathi mayebona isikhangiso se-Sparkle Surrogate Agency, wazitshela ukuthi iphenduliwe  imithandazo yakhe.

Wathenjiswa imali engango-R40 000 uma engakhulelwa ingane yabanye abantu.

Wabe esevumile uMotaung, 25, waseGlenRidge, eSoweto, nokumanje usele nengane yabantu ayeyithwele.

UMotaung utshele abeDaily Sun ukuthi wahlangana noLydia Griffiths enxanxathela yezitolo e-Eastgate.

ULydia wamuthembisa ukumkhokhela uma engakhulelwa.

UMotaung uqhube wathi: “ULydia wayefike nomuntu othwebulayo bathatha izithombe zami wangibuza nemibuzo. Ngo-Okthoba ngahanjiswa kudokotela eBronkhorstspruit okunguyena owangijova.

"Wabe esengitshela nokuthi ingane izothathwa abazali bayo uma isibelethiwe, kodwa lokho akwenzekanga. Ngamushayela ucingo wathi usematasa.

"Kwakuthi angiyishiye lapho esibhedlela ingane."

OwoMnyango wezeNhlalakahle uSello Mokoena uthe: "UMotaung akufanele ayigcine ingane, ziningi izindawo zokugcina izingane kanti uMnyango uzohxumana noMotaung."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 518 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 542 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE