Share

Usazobhadla ejele uthisha obenukubeza abafundi

Durban –  Usazoqhubeka nokubhadla ejele uthisha osolwa ngokukhokhela abafundi ukuze azithokozise nabo ngokocansi.

Lokhu kuvele eNkantolo yeMantshi yaseThekwini lapho evele khona kafushane ngoLwesithathu. 

Kubikwa ukuthi kwatholakala izithombe zabafana besikole ezishaqisayo ezikhombisa besesimeni sokwenza ucansi okuthiwa washutha khona la mabhungu ngomakhelekhwini.

OLUNYE UDABA: Uthisha wesifazane uvume elokulala nomfundi

Kubikwa ukuthi kuningi nokuthi okutholakale kulo thisha okukhombisa izingane zabafundi zizimbandakanya ngokocansi naye.  

Umbiko weWitness uveze ukuthi aleli cala lihlehliswe ngenxa yokuthi amaphoyisa asafuna isikhathi ngokuqhubeka nokuqoqa ubufakazi.  

Ziyanda izigameko zothisha abahlukumeza abafundi kuleli kanti lokhu sekuvuse itwetwe eMnyangweni wezeMfundo kuleli.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 468 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 893 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.3%
Rand - Pound
23.66
-0.2%
Rand - Euro
20.21
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.19
+0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
970.80
-0.5%
Palladium
1,021.50
-0.2%
Gold
2,385.62
+0.1%
Silver
28.16
-2.5%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.2%
All Share
73,000
-2.1%
Resource 10
61,638
-3.6%
Industrial 25
98,321
-1.9%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE