Share

Ushaye emhloleni uNene - ANC

Johannesburg - UNgqongqoshe weziMali uMhlanhla Nene ushaye emhlolweni wakwazi ukubhekisisa ngendlela igebe elikhona phakathi kwabantu abadla imbuya ngoti nabadla izambane likapondo.

Lokhu kuvezwe yiqembu elibusayo i-African National Congress, ngemuva kokuthi ungqongqoshe ethule isabelomali sakhe saphakathi nonyaka.

"Ngicabaga ukuthi ukwazile ukumisa izibalo ngendlea efanele ,lokhu kuyinto ebaluleke kakhulu,"kusho uMgcoinimafa weqembu uZweli Mkhize.

"Ngemuva kokuhlaziya konke ukwenza kukangqongqshe, ngiyacabanga abantu bazoba nesithombe esiphelele ngomnotho odonsa kanzima,"kuqhuba uMkhize.

Funda nalolu daba: Sekubhekwe uNene ngomnotho wezwe

Abantu baseNingizimu Afrika badinga ungqongqoshe weziMali ozobeka obala iqiniso ngomnotho wezwe.

Iqembu iDemocratic Alliance lithe kumele uhulumeni athathe izinqumo ezinzima kuze kuzosimama umnotho wezwe.

"Lesi yisikhathi esinzima esibhekene naso ezweni. Kudingeka ubuholi obuqotho kuze izinto zizoba ngcono," kusho umholi weqembu ePhalamende uMmusi Maimane.


– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Now that e-tolls gantries have been switched off, will you be settling your outstanding debt?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No way, they're not getting a cent from me
88% - 1803 votes
Yes, I guess it's the right thing to do
4% - 75 votes
Mmh, I'm watching legal cases and playing it by ear
8% - 174 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+0.2%
Rand - Pound
23.68
-0.1%
Rand - Euro
20.29
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.24
-0.4%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
952.30
-2.4%
Palladium
1,036.00
+1.3%
Gold
2,371.75
-0.5%
Silver
28.27
+0.6%
Brent Crude
90.02
-0.1%
Top 40
66,899
0.0%
All Share
72,995
-0.0%
Resource 10
63,378
+2.8%
Industrial 25
97,824
-0.5%
Financial 15
15,384
-1.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE