Share

Uthishanhloko unqabile ukuphawula ngezinsolo

Johannesburg - Uthishanhloko waseMondeor High School uVangelia Nicolaou unqabile ukuphawula ngezinsolo zokucwaswa kwabafundi abamnyama kulesi sikole.

"Angivumelekile ukuphawula ngalolu daba,” kusho uNicolaou.

Ngaphambilini, okhulumela uMnyango wezeMfundo eGauteng uPhumla Sekhonyane uthe bazophawula ngokuhamba kosuku, kepha wangatholakala uma esethintwa.

Iphephandaba iSaturday Star libike ukuthi idlanzana labafundi kulesi sikole lisole uthishanhloko ngokuthi wathi “bangcolisa igama lesikole”.

Kusolakala ukuthi lokhu kukhuluma kwenziwa emthandazweni ngesonto eledlule.

Kuthiwa lokhu kwenzeka ngemuva kwe"Matric Day", nalapho abafundi bajikijelana khona ngamabhakede namaqanda njengenjwayelo uma bevalelisana.

ISociety for the Prevention of Cruelty to Animals (SPCA) ithi abafundi abayisihlanu bakhahlela izinkukhu eziphilayo zaze zafa ngoLwesibili.

Kuthiwa la bafundi babenza izinkukhu ibhola lombhoxo bezibophe imilenze.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 27 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 735 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 354 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE