Share

Utholakale eseyisidumbu umfundi obenyamalele

Pretoria - Sitholakele esigangeni e-East Rand isidumbu somfundi oneminyaka engu-19 ubudala waseMidrand Graduate Institute (MGI) owanyamalala phakathi nenyanga kaMeyi.

Ubaba ka-Ipeleng Moholane wafonela ohlelweni lukaJohn Robbie kwiRadio 702 ngoMeyi 21 ebika ngendodakazi yakhe enyamalele.

Funda nalolu daba: Kubhikishe abazalwane befuna kuxoshwe 'othanda umnikelo'

Ubaba wakhe, u-Isaac Moholane, wadalula ukuthi indodakazi yakhe igcine ukubonakala ngoMgqibelo wangoMeyi 16 ngezithuba zabo-19:00 ngesikhathi igibela itekisi enkabeni yasePitoli.

Kusukela lapho, lolu daba lusabalale ezinkundleni zokuxhumana ngemizamo yokuthola u-Ipeleng, kubika iDrum.

Isidumbu sika-Ipeleng sitholakale ngoMsombuluko esigangeni e-East Rand, kanti uMoholane kuthiwa ufonele ohlelweni lukaRobbie ekuseni ngoLwesibili ukubika lezi zindaba ezingezinhle.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 933 votes
No! It's time to move on ...
33% - 452 votes
Vote
Rand - Dollar
18.81
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.12
+1.4%
Rand - Aus dollar
12.29
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+2.4%
Platinum
922.40
-0.3%
Palladium
960.00
-3.1%
Gold
2,337.95
+0.2%
Silver
27.26
-0.6%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE