Share

Uthuke esebeletha obengazi ukuthi ukhulelwe

Johannesburg - Owesifazane  ubelethe wathola indodana ngemuva kwamahora ethole ukuthi ukhulelwe.

USophie Bird ubesebonane odokotela kaningi ekhala ngesiyezi, isisu, kanye nokuqunjelwa okuyizimpawu zokukhulelwa kodwa akekho noyedwa udokotela obonile ukuthi ukhulelwe.

Umzimba wakhe obungu-133kg isisindo ubusifihlile isisu, kubika iMail Online.

Ngesikhathi esephinda futhi eya esibhedlela ekhala ngesisu, ufike wahlolwa kwase kuvela ukuthi uzithwele.

Okuseqinisweni, ngesikhathi kutholakala ukuthi ukhululwe, ubesevele esebeletha.

"Ngimukhulu kakhulu,  bengingazi ukuthi nginamasonto angu-38 ngikhulelwe, lokhu kungithusile," kusho uBird, njengoba ethi ubesebenzisa amaphilisi okuhlela umndeni ngalesi sikhathi.

UBird uqhube wathi: "Bengihlela kanti futhi ngisakhula ngake ngaphathwa i-polycystic ovaries, bengizitshela ukuthi ngeke ngikhulelwe ngendlela yemvelo, ngikhulelwe,angikaze ngicabange ukuthi ngingakhulelwa.

Ngemuva kwamahora amane ubesephethe indodana yakhe uRowan.

Njengoba uBird esebelethile usehle ngo-50kg emzimbeni.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 1016 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1068 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.5%
Rand - Pound
23.94
-0.6%
Rand - Euro
20.55
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
914.40
-0.6%
Palladium
1,008.50
-1.7%
Gold
2,321.59
-0.0%
Silver
27.26
-0.2%
Brent-ruolie
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE