Share

Uthuke woma ethola umfowabo ebhuthini

Johannesburg - Uthuke woma uFana Ramolele ngesikhathi evula ibhuthi lemoto kanti uzozithela esidunjini sikamfowabo abehamba emfuna kulandela ukunyamalala kwakhe.

URamolele uvule ibhuthi ngoba efuna isigubhu azothenga ngaso uphethiloli.

Lo wesilisa, 25, waseBergman, eMangaung, wahamba nomfowabo uTshepang Selemela baya endaweni yokumcima ukoma ngoMgqibelo, kubika iDaily Sun.

Kuthiwa uSelemela wathi hulukuqu ngaphandle kwaba ukugcina kwakhe ukubonakala.

OLUNYE UDABA: Kutholwe isidumbu sowesifazane emgqonyeni

 “Ngazama ukumshayela ucingo kepha lwangabanjwa. Ngabe sengiya kubo kantombi yakhe ngangamthola, ngathatha imoto yami ngangasola lutho ngoba yayikhiyiwe,” kulandisa uRamolele.

“Ngathi ngisendleleni ngiyombheka imoto yaphelelwa uphethiloli, ngavula ibhuthi ngifuna isigubhu kanti ngizozithela phezu kwesidumbu sikamfowethu.

“Wayegwaziwe esifubeni. Sathi uma sesithola sezwa ukuthi uke wabonakala exabana namadoda amabili ,” esho.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Joy Xaba uthe: “Kuvulwe icala lokubulala kanti bekungakaboshwa muntu.”


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
40% - 233 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
60% - 346 votes
Vote
Rand - Dollar
18.97
-0.4%
Rand - Pound
23.97
-0.3%
Rand - Euro
20.52
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.4%
Platinum
900.15
+0.4%
Palladium
1,000.00
-0.2%
Gold
2,213.87
+0.9%
Silver
24.75
+0.4%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
68,237
+0.8%
All Share
74,414
+0.7%
Resource 10
57,122
+2.6%
Industrial 25
103,714
+0.4%
Financial 15
16,494
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE