Share

'Uvele enkantolo osolwa ngokubulala uSenzo Meyiwa'

Johannesburg - Umlisa oneminyaka engu-25 ubudala uvele kafuphi eNkantolo yeMantshi eBoksburg ngoLwesihlanu ngecala lokubulala unozinti we-Orlando Pirates neBafana Bafana uSenzo Meyiwa.

Okwamanje umininingwane ayikagcwali kodwa isikhulu seNkantolo yeMantshi eBoksburg, uHenk Strydom, sikuqinisekisile ukuthi umsolwa uvelile enkantolo.

Kanti iTimes LIVE ibika ukuthi umsola unguZanokuhle Mbatha.

Funda nalolu daba: Sithelekile isidumbu sikaSenzo eThekwini.

"Ngingakuqinisekisa ukuthi umsolwa uvele enkantolo namhlanje,” kusho uStrydom kuTimes LIVE ngoLwesihlanu.

"Yilokho engingakusho okwamanje nokuthi umsolwa ufake isicelo sokuthola ummeli wamahhala icala labe selihlehliselwa uNovemba 11,” usho kanje.

UMeyiwa wadutshulwa wabulawa evakashele intombi yakhe uKelly Khumalo, kanti uzofihlwa emathuneni aseChesterville eThekwini ngoMgqibelo.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 354 votes
No! It's time to move on ...
36% - 196 votes
Vote
Rand - Dollar
19.06
+0.8%
Rand - Pound
23.76
+0.8%
Rand - Euro
20.37
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.37
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
909.00
-0.4%
Palladium
987.50
-1.7%
Gold
2,320.48
+0.2%
Silver
27.23
+0.2%
Brent-ruolie
88.02
-0.5%
Top 40
67,887
-1.0%
All Share
73,849
-0.9%
Resource 10
61,065
+1.0%
Industrial 25
102,019
-1.9%
Financial 15
15,763
-0.5%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE