Share

Uvelile owaphuzisa intombi i-acid eKZN

Pietermaritzburg – Owesifazane osemncane waseMbali ushonile ngemuva kokuba isoka lakhe liphoqe ukuba aphuze i-acid ye-battery emasontweni amabili edlule.

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa asePlessislaer uCaptain Musa Ntombela, uSiphiwe Mbanjwa, 35, uvele eNkantolo yeMantshi yaseMgungundlovu ngamacala ahlobene nokubulala intombi yakhe ngoMsombuluko.

Isehlakalo, esenzeke ngo-Agasti 21, sishiye umphakathi ushaqekile, amaphoyisa ethungatha umbulali.

Funda nalolu daba: EzaseLimpopo ziveze amabele zibhikisha

NgoLwesine ngeleldule, abaseshi basePlessislaer athungatha umsolwa endaweni amthola ngoLwesihlanu olwedlule.

Ngokusho kukaNtombela, kusolwa ukuthi uSibongile Phungula, 23, wafika kubo eMbali ekhala.

Watshela izihlobo zakhe ukuthi isoka lakhe limphoqe ukuba aphuze i–acid labe selimthela ngayo futhi ebusweni.

UPhungula washona ngosuku olulandelayo egumbini labagula kakhulu e-Edendale Hospital.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 296 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 422 votes
Vote
Rand - Dollar
18.98
-0.4%
Rand - Pound
23.97
-0.3%
Rand - Euro
20.51
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.37
-0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.5%
Platinum
904.37
+0.8%
Palladium
1,014.65
+1.3%
Gold
2,211.77
+0.8%
Silver
24.71
+0.3%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,332
+1.0%
All Share
74,512
+0.8%
Resource 10
57,108
+2.6%
Industrial 25
104,079
+0.8%
Financial 15
16,481
-0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE