UNtombentsha Nxodo, oneminyaka engu-42, ubudala, ubanjwe ecela ukugitsheliswa ezimotweni ebheke eKapa, ekuveleni kwakhe enkantolo, icala lihlehlele umhlaka-30 Disemba, kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Malcolm Pojie.
UNxodo uzogqunywa esitokosini kuze kuba ubuyela enkantolo.
Ubehamba ecela ukugitshezwa esuka eGoli eya eKapa, ugitshezwe ebhasini i-Iveco, emiswe amaphoyisa kwaseshwa abantu ebebephakathi.
Ibhasi imiswe ku-N1, ngaseBeaufort West, ngoLwesibili, kwaboshwa lona wesifazane obanjwe namaphakeshana eTik, angu-10 kanye namahlanu eMandrax.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.