Share

Uxolisile owabiza isisebenzi ngekhafula

Cape Town – Ugcine exolisile owesilisa waseKapa ngokusebenzisa amagama anokucwasa ngokwebala esisebenzini salowo owayeyintombi yakhe, wathi uzimisele ngokuyisikumela inkinga anayo.

"Konke kwenzeka ngokuphazima kweso. Saba nengxabano yemizuzu embalwa,” kusho u-Andre van Deventer, 36, elandisa ngodaba lwakhe noGloria Kente.

"Gloria, ngiyaxolisa kakhulu ngengakusho.”

NgoLwesihlanu, iNkantolo yeMantshi yaseKapa ithole uVan Deventer enecala lokushaya nokuthifela uKente ebusweni, esigamekweni esenzeka emzini oseTable View.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke isinqumo kowabiza isisebenzi nge'khafula'

UKente watshela inkantolo ukuthi ummangalelwa wamgxavuna ngezingubo zokulala, wakhuluma amagama aziswana maqede wamthifela ebusweni.

UVan Deventer walivuma icala lokudicilela phansi isithunzi kepha wathi akaze ambeke isandla uKente.

"Angicwasi ngokwebala. Nginezingane ezimbili ezingamaKhaladi. Ngathandana nowesifazane walolu hlanga iminyaka engu-8 yonke,” esho etshela izintatheli, izinyembezi zigcwele amehlo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 394 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 551 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE