Share

Uyavela umfana, 14, owadubula abantu ababili

Johannesburg - Umfana, 14, owavuka umbhejazane wavulela ngenhlamvu eBerea, eGoli, kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseHillbrow ngoLwesibili, kusho amaphoyisa.

"Lo mfana wavuka indlobane wadubula ebhekise ebantwini ebalimaza," kusho okhulumela amaphoyisa aseHillbrow uSergeant Mduduzi Zondo.

Kwalimala owesilisa nowesifazane kulesi sigameko.

OLUNYE UDABA: Uzovela enkantolo odubule wabulala umyeni

"Lo mfana wabe esebhekisa isibhamu ngakuyena wazidubula onyaweni, waphuthunyiswa esibhedlela engaphansi kweso lamaphoyisa."

Lesi sehlakalo senzeka ngoLwesine olwedlule.

Umfana wabe esededelelwa ezandleni zabazali bakhe.

UZondo uthe amaphoyisa ayaphenya ukuthi le ngane yasithola kanjani lesi sibhamu sikababa wayo.

Umfana ubhekene necala lokuzama ukubulala nokutholakala nesibhamu nezinhlamvu okungekho emthethweni.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 405 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 851 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.4%
Rand - Pound
23.61
+0.9%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
941.70
-0.9%
Palladium
1,024.00
-0.5%
Gold
2,395.49
+0.7%
Silver
28.75
+1.8%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE