Share

Uzinikele emaphoyiseni owayeyinhloko yoMnyango

Johannesburg - Lowo owayeyinhloko yoMnyango wezokuthutha eLimpopo uzinikele emaphoyiseni ngoLwesithathu ngecala lokubulala nelokuzama ukubulala, kusho amaphoyisa aseLimpopo.

"Uzinikele emaphoyiseni kulandela izinsolo zokuthi wabanesandla ecaleni lokubulala nelokuzama ukubulala,” kusho uBrigadier Hangwani Mulaudzi.

Umsolwa kanye nabanye ababili okuthiwa wayesebenzisana nabo kuthiwa bathumba abalisa abathathu eSekororo ngaseTzaneen ngoMsombuluko, bebasola ngokuphanga, usho kanje.

Funda nalolu daba: Kuboshwe iphoyisa elidubule labulala umshayeli.

Abalisa bashaywa kabuhlungu ngaphambi kokuba bashiywe ngasesitolo esidayisa utshwala nokuyilapho batholwa khona unogada.

Omunye wabalisa washona kanti ababili baphuthunyiswa esibhedlela iSekororo Hospital.

Abasolwa abathathu bagcinwe esitokisini kanti kulindeleke bafake isicelo sebheyili eNkantolo yeMantshi eNaphuno ngoLwesine.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
63% - 51 votes
No! It's time to move on ...
37% - 30 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.7%
Rand - Pound
23.88
+0.3%
Rand - Euro
20.46
+0.5%
Rand - Aus dollar
12.45
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.9%
Platinum
917.80
+0.6%
Palladium
1,012.00
+0.7%
Gold
2,327.06
+0.5%
Silver
27.45
+1.1%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,768
+0.3%
All Share
74,703
+0.3%
Resource 10
62,082
+2.7%
Industrial 25
103,088
-0.9%
Financial 15
15,885
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE