Share

Uzogwetshwa maduze one-HIV owadlwengula umfana

Johannesburg - Kubambezelekile isikhathi esingangenyanga ukugwetshwa kukathisha waseSoweto onesandulela ngculazi owadlwengula omunye wabafundi bakhe.

Lo thisha oseminyakeni eko-40 ubudala, walahlwa yicala lokudlwengula umfana, 10, emagcekeni esikole ngo-2013, eNkantolo yeMantshi yaseProtea ngo-Ephreli.

Waphuma phambili ecaleni lokudlwengula umfana wesibili, 9, eMaponya Mall.

Lo mfana uthi lo thisha wamgibelisa emotweni yakhe bephuma kodlala ibhola, esikhundleni salokho waya naye emathoyilethi ale nxanxathela.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe ubaba, ubhuti nomalume ngelokudlwengula

Bekulindeleke ukuthi siqale ukwehliswa isigwebo ngoLwesithathu, kepha iMantshi u-Audrey Mpofu ubengekho.

Lo thisha, engeke likhishwe igama lakhe ukuze kuvikeleke izisulu, watshela inkantolo ngaphambilini ukuthi useneminyaka engu-8 azi ukuthi une-HIV.

Ukudlwengula ingane kujeziswa ngodilikajele kuleli.

Icala lihlehliselwe uJulayi 28.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 300 votes
No! It's time to move on ...
36% - 169 votes
Vote
Rand - Dollar
19.05
+0.9%
Rand - Pound
23.77
+0.8%
Rand - Euro
20.37
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+1.1%
Platinum
913.10
+0.1%
Palladium
999.50
-0.6%
Gold
2,329.29
+0.6%
Silver
27.43
+1.0%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,257
-0.5%
All Share
74,196
-0.4%
Resource 10
61,519
+1.8%
Industrial 25
102,450
-1.5%
Financial 15
15,823
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE