Share

Wamukelwe ngenhlokomo uZuma e-KZN

Pietermaritzburg – Kuqhume imikikizo nomculo kutheleka uMengameli Jacob Zuma eMbali, eMgungundlovu, KwaZulu-Natal, njengoba ebehambele leya ndawo ngoLwesibili.

Abantu bebeshaye ujenga bemlinde ngabomvu umengameli ngaphandle kweDurban University of Technology ekuseni.

Ugcine etheleke ngezikhathi zamadina, kwasho inhlokomo nomculo, abantu betshengisa ukuthokozela umholi wabo.

OLUNYE UDABA: Ulindelwe ngabomvu uZuma e-KZN

UZuma uhambele amakhaya ambalwa eMbali wakhuluma nezakhamuzi.

Kweminye imizi ayihambele, kubalwa ohlala izintandane ezinakekelwa nguZandile Ngcobo, 20, onakekela izingane zakubo ezine nengane yakhe.

UZuma ubephelezelwa nguNdunankulu waKwaZulu-Natal uSenzo Mchunu, ziqinile ezokuphepha.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 1019 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1072 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.5%
Rand - Pound
23.93
-0.6%
Rand - Euro
20.55
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
913.70
-0.7%
Palladium
1,007.00
-1.9%
Gold
2,320.68
-0.1%
Silver
27.23
-0.3%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE