Share

Yekani ukugxambukela - Muthambi

Johannesburg - UNgqongqoshe wezokuXhumana uFaith Muthambi utshele amalungu e-ANC ePhalamende ukuthi akayeke ukugxambukela ezindabeni zoMnyango wakhe ngemuva kokuthi emtshele ukuthi akatshengise ubuholi, kusho umbiko ngoLwesithathu.

La malungu aphinde acela ukuthi kumiswe uhlelo lokuqokwa kwesikhulu esisha sakwa-SABC kuze kube kuphothulwa uphenyo mayelana neziqu zikaSihlalo webhodi u-Ellen Tshabalala.

OLUNYE UDABA: Ezokuvakasha ngeke zithikamezwe yi-Ebola- Muthambi

Ilungu le-ANC ePhalamende uMaesela Kekana watshela uMuthambi ukuthi atshengise ubuholi ekutheni aguqule imibiko engemihle ebikwayo ngoMnyango wakhe.

Ukuhlolwa kweziqu zabantu abasebenza e-SABC ngonyaka ka-2013/2014 kwaveza ukuthi le nhlangano ihluleka nje kungenxa yokuthi abantu abasezikhundleni abawufundele umsebenzi abawenzayo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 565 votes
No! It's time to move on ...
34% - 293 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.0%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.40
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.43
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
931.40
+0.6%
Palladium
996.00
+0.6%
Gold
2,336.11
+0.2%
Silver
27.56
+0.5%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE