Share

Zibakhalele abebezenza izangoma eKimberley

Kimberley – Zibakhalele abasolwa ababili abebezenza izangoma kanti bahlose ukuqola abantu bese beyanyamalala eKimberely esifundazweni saseFree State ngokusho kombiko.

Ngokubika kweDaily Sun owesilisa oneminyaka engu-35 ubudala waqolwa imali elinganiselwa u-15 000 ngabalisa ababili abamthembisa ukumenza isicebi.

Ngokusho kwalo mlisa laba basolwa bamkhombisa isikhwama esabe sigcwele izizumbulu zemali base bemthembisa ukuthi lezi zigidi kungaba ezakhe uma angase akhiphe u-R100 000 ukuze bamenze abe nenhlanhla.

Kubikwa ukuthi ngokulutheka wenza imizamo wathola u-R15 000 wabakeza wathembisa ukubuye abanike u-R85 000 osasele.

OLUNYE UDABA: Umkhonyovu wabaqwayizi abadayisela izangoma isidoda

Esedla amathambo engqondo kwakhe wafikelwa wukusola ukuthi kungenzeka ukube uyaqolwa wabe esexhumana namaphoyisa.

Ukuze baboshwe laba basolwa wabathinta wathi mabahlangane eKimberely ukuze abanike imali esele kanti yilapho ayesefika namaphoyisa kwabe sezibakhalela.

Okhulumela amaphoyida uLieutenant Donald Mdhluli uthe abalisa ababili abadabuka eMalawi abaneminyaka engu-31 no-41 ubudala baboshiwe ngemuva kokuzaba ukumqola imali.

UMdhluli uthe abasolwa kulindeleke ukuthi bavele eNkantolo yeMantshi yaseKimberley Maduze.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 885 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE