Pietermaritzburg – I-University of KwaZulu-Natal (UKZN) ithi izenzo zokushisa esikhungweni saseMgungundlovu azamukelekile.
"Abaphathi bayakugxeka kakhulu ukucekelwa phansi kwempahla okwenzeke ezikhungweni. Lezi zenzo zokushisa zakamuva azinasidingo,” kusho okhulumela inyuvesi uLesiba Seshoka.
Funda nalolu daba: Ubutatata kuthushuka inyoka esitimeleni
Onogada abazimele abaqashwe yi-UKZN bagasele lapho kuhlala khona abafundi eWilliam O'Brien eMgungundlovu ngoMsombuluko ngemuva komlilo.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.