Share

Abosizo lokuqala bancome umndeni ngokuhlenga ingane

Durban – Abosizo lokuqala bancome umndeni waseMghungundlovu ngoMgqibelo ngokusindisa ingane yawo oneminyaka emibili ubudala etholakale intanta emanzini.

Abazali bomfana kubikwa ukuthi bamthole e-swimming pool emzini wabo oseScottsville ngoMgiqbelo ntambama ngemuva kokuba bethole ukuthi unyamalele, kusho okhulumela iNetcare 911 uChris Botha.

Ngesikhathi abosizo  lokuqala befika, bathole umndeni usuyikhiphile ingane emanzini usuqalile nokuzama ukuyiphefumulisa.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa athungatha ababmbe inkunzi abagibeli ebhasini

"Ngemuva kokuba abosizo lokuqala sebeyixhumile imishini ebheka ukusebenza kwenhliziyo enganeni, bathole ukuthi inhliziyo isashaya.”

UBotha uthe umfana kudingeke afakwe imishini yokumgcina ephefumula.

Uthole ukwelashwa endawebi yesigameko, waphuthunyiwa esibhedlela esesimeni esibucayi

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 906 votes
No! It's time to move on ...
33% - 440 votes
Vote
Rand - Dollar
18.77
+1.3%
Rand - Pound
23.43
+1.5%
Rand - Euro
20.08
+1.6%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.1%
Platinum
920.10
-0.6%
Palladium
963.50
-2.7%
Gold
2,341.96
+0.4%
Silver
27.52
+0.3%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,468
+1.5%
All Share
75,475
+1.5%
Resource 10
62,572
+0.7%
Industrial 25
104,126
+1.6%
Financial 15
16,145
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE