Share

Amatshitshi aseMzumbe uyafunga ukuthi azohlala emsulwa – Umbiko

UMzumbe - Imvula ayiwavimbanga amatshitshi asesigodini saseMabheleni ukuba aqhubeke nenqubo yokuhlolwa ngempelasonto, kubika iDaily Sun.

Lezi zintombi bezihlanganyele esikoleni samabanga aphakeme eBhekameva eMzumbe.

ULindi Khawula,21, oyintombi nto uthi waqala ukuhlola eneminyaka engu-13 futhi ehambela nomkhosi womhlanga.

Funda nalolu daba:Ifuna idivosi ethole ukuthi umkayo akasiyo intombi nto

“Ngizoyeka ukuhlola mhla ngagana, ngoba ngisho ngingacelwa ngeke ngibulahle ubuntombi bami. Uma ngingagani ngizofa ngiyintombi nto,”kusho yena.

Kulo nyaka iNkosana uMbonisi Zulu umemezele ukuthi uMkhosi Womhlanga uzoba ngempelasonto yesibili enyangeni kaMandulo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 272 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 544 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.2%
Rand - Pound
23.89
-0.3%
Rand - Euro
20.46
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.33
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
945.20
-0.6%
Palladium
1,014.50
-1.5%
Gold
2,380.89
+0.1%
Silver
28.31
+0.3%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,765
-0.6%
All Share
72,817
-0.6%
Resource 10
63,021
-0.4%
Industrial 25
97,656
-0.8%
Financial 15
15,406
-0.5%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE