Johannesburg – Uyelulama esibhedlela iDR George Mukhari Academic Hospital ePitoli uNgqongqoshe wezeMpilo eGauteng, uQedani Mahlangu, kanti kungenzeka adedelwe maduzane, kusho isikhulumi sakhe ngoLwesihlanu.
UNgqongqoshe ungeniswe esibhedlela ngoLwesithathu ngemuva kokungazizwa kahle ngesikhathi ehambele izikhungo zikahulumeni eTshwane, nangaphambi komhlangano womphakathi, kusho uSteve Mabona.
Funda nalolu daba: Sebetakuliwe ebebevaleleke emgodini
Uyelulama impela futhi banethemba lokuthi uzodedelwa ngempelasonto.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.