Share

Bazogodukiswa abokufika asebeqede izigwebo abebezidonsa kuleli

Harare - INingizimu Afrika kulindeleke ukuba igodukise abantu abangu-140 baseZimbabwe asebephothule ukudonsa izigwebo zabo kuleli.

Imibiko eqhamuka eZimbabwe ithi laba abagodukayo basanda kudedelwa ejele, kanti abanye babo bebedonsa iminyaka engu-18.

Bebesejele ngamacala okubulala, ukweba nokuphanga behlomile.

Inxusa laseZimbabwe kuleli, uBatiraishe Mukonoweshuro, uthe laba abaphuma ejele bahlukanisiwe nalabo abakuleli ngokusemthethweni.

OLUNYE UDABA: Abaphindiselwe emazweni wabo abokufika - ISilo

Utshele iphephandaba iChronicle ukuthi izikhulu ziqinisekisile ukuthi akekho kulaba abaphuma ejele abazokweqa bengakawuweli umngcele.

Abanye abantu bakuleliya lizwe abangu-950 abakuleli ngokungemthetho, abangenawo amacala, nabo bazogodukiswa ngesonto elizayo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 411 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 864 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.4%
Rand - Pound
23.60
+0.9%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
942.50
-0.8%
Palladium
1,028.50
-0.1%
Gold
2,392.04
+0.5%
Silver
28.74
+1.8%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE