Share

Bekungilungele ukuba ngesule - Obengungqongqoshe

Cape Town - Lowo owayenguNgqongqoshe wezeziMali uNhlanhla Nene uthe ubone kufanele ukuthi esule esikhundleni njengelungu le-ANC ePhalamende.

Lokhu kulandela ukuthi igama lakhe laphakanyiselwa kwesozongamela i-African Regional Centre of the New Development Bank.

“Yebo, ngesula ngonyaka owedlule," eqinisekisa.

“Ngenxa yokususwa esikhundleni nokuthi ngaphakanyiselwa kwesozophatha iBricks Bank, ngabona kukuhle ukuthi ngesule ePhalamende."

OLUNYE UDABA: Ukushoda kukagesi kuyingqinamba emnothweni wezwe- Nene

Uthi yize asula ngoDisemba, ukwesula kwakhe kuze kwafakwa emabhukwini ngenyanga eyedlule.

Ngemuva kokususwa kukanene kwesikangqongqoshe, uMengameli Jacob Zuma wathi "kunesimo esiphuthumayo sokuthi kuguqulwe ubuholi".

Wathi kumele kuthunyelwe amagama eShanghai alabo abaqokelwe kwesokuphatha leli bhange, elizozinza eGoli.

UNene uthe uma kukhona okuqhamukayo uzokwamukela, kepha okwamanje ubengakezwa lutho.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 959 votes
No! It's time to move on ...
33% - 466 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE