Share

Indoda yadlwengula, yabulala yashisa ingane, 7

Pretoria – Bekungathi linqunywe umlomo iJaji leNkantolo eNkulu yasePitoli uMohamed Ismail ngesihluku esenziwe yindoda yaseWinterveld eyaqubula intombazane, 7, ilele emjondolo yayoyidlwengula, yayiklinya ngezintambo zezicathulo.

UBen Masilo Maselane wayiqedela uSibongile Chauke ngokumlengisa ngentambo yezicathulo wase eshisa ithayi nezinye izinto ngaphansi kwesidumbu.

Isidumbu sikaBongi sasha saphela njengoba kwakungasabonakali nokuthi nguye kwasiza ulibofuzo.

OLUNYE UDABA:   Uboshiwe obephoqa indodakazi ukuthi ilale nesoka lakhe

UMaselane, 35, waqhubeka nokugcola kwakhe ngosuku olulandelayo esiza amalungu omphakathi ukufuna ingane.

UMaselane wahola amalungu endaweni yesigameko kodwa wathula du ngokuthi nguye umbulali.

Lo baba wezingane ezintathu ume ebhokisisni wavuma amacala akhe amathathu okuthumba, ukudlwengula nokubulala ingane.

UMaselane wamukele odilikajele ababili engatshengisi muzwa, kubika iPretoria News.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What do you think of the DA's controversial TV ad depicting a burning South African flag?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Effective - they hit the nail on the head
0% - 0 votes
Tone-deaf - they crossed the lined
0% - 0 votes
Vote
Rand - Dollar
18.43
+0.2%
Rand - Pound
23.08
+0.2%
Rand - Euro
19.85
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.17
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
997.50
+1.3%
Palladium
980.75
+1.0%
Gold
2,364.92
+0.9%
Silver
28.20
-0.4%
Brent-ruolie
83.88
+0.4%
Top 40
72,181
+1.2%
All Share
78,464
+1.2%
Resource 10
63,450
+2.5%
Industrial 25
108,579
+0.4%
Financial 15
16,955
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE