Share

Intukuthelo ngabafundi okuthiwa bafundela ebhasini

Johannesburg – UNgqongqoshe wezeMfundo eGauteng, uPanyaza Lesufi, uthi bazothathelwa izinyathelo ezisheshayo labo abanquma ukuthi kuthathwe ibhasi lenziwe igumbi lokufundela eKwanele Primary School, eKatlehong.

Lokhu kuvele kulandela ukuhambela kwe-DA kulesiya sikole ngasekuqaleni kwesonto, yafica izingane zifundela ebhasini, kubika i-SABC.

ULesufi uthi uzophenya ukuthi ngubani owavumela abafundi ukuba bafundiselwe ebhasini.

OLUNYE UDABA: Kushiswe ikilasi embhikishweni

Lesi sikole sinabafundi abangu-1 640 nothisha abangu-40.

ULesufi uthi kunamakilasi enele ukuthi angamumatha bonke abafundi bakulesi sikoleni, wathi eyokufundela ebhasini “ibhalwe ipolitiki”.

“Kungenzeka ukuthi kukhona umdlalo wezepolitiki odlalwayo ngoba sekukaningi kubikwa ngale nkinga kepha akekho oyilungisayo.”

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 466 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 1008 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE